Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 15:46 - IsiZulu 2020

46 kusukela e-Ekhroni kuze kufike olwandle, yonke eyayiseceleni kwe-Ashidodi nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 kusukela e-Ekroni kuze kufike elwandle, yonke eyayiseceleni kwe-Ashidodi nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

46 kusukela e-Ekroni kuze kube selwandle, yonke engase-Ashidodi nemizana yayo;

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 15:46
9 Referans Kwoze  

Ngiyakubhubhisa izakhamuzi e-Ashidodi, nophethe intonga yobukhosi e-Ashikeloni. Ngiyakushaya ngesandla sami i-Ekroni, insali yamaFilisti iyakuphela nya,” kusho iNkosi uSimakade.


Ngonyaka okwafika ngawo umkhuzi wempi e-Ashidodi, ethunywe nguSarigoni, inkosi yase-Asiriya, walwa nalo, walinqoba.


Waphuma wayokulwa namaFilisti, wadiliza ugange eGathi, ugange eJabhine, nogange e-Ashidodi, wakha imizi e-Ashidodi naphakathi kwamaFilisti.


Isandla sikaSimakade saba nzima phezu kwabase-Ashidodi, wabashaya, wababhubhisa ngamathumba, i-Ashidodi nezifunda zayo.


AmaFilisti awuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awususa e-Ebheni Ezeri, awuyisa e-Ashidodi.


Akusalanga noyedwa kuma-Anaki ezweni labakwa-Israyeli; kwasala kuphela ingxenye eGaza, eGathi, nase-Ashidodi.


I-Ekhroni nemizi yalo nemizana yalo;


I-Ashidodi nemizi nemizana yalo; iGaza nemizi yalo kuze kufike emfuleni eGibhithe, nasoLwandle Olukhulu nogu lwalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite