39 iLakhishi, iBhozikhathi, i-Egiloni,
39 neLakishi, neBosikati, ne-Egiloni,
39 iLakishi neBoskati ne-Egiloni,
Ngakho-ke u-Adoni Zedeki, inkosi yaseJerusalema, wathumela kuHohamu inkosi yaseHebhroni, nakuPhiramu inkosi yaseJarimuthi, nakuJafiya inkosi yaseLakhishi, nakuDebhiri inkosi yase-Egiloni, wathi:
UJosiya wayeneminyaka eyisishiyagalombili ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka engama-31 eJerusalema. Igama likanina kwakunguJedida, indodakazi ka-Adayiya waseBhozikhathi.
URabi Shake waphindela emuva, emveni kokuba ezwe ukuthi inkosi isukile eLakhishi, wayifumana inkosi yase-Asiriya ilwa neLibhina.
Inkosi yase-Asiriya yathumela abakhuzi bempi abakhulu, uRabi Sarisi, noRabi Shake ukuba basuke eLakhishi baye enkosini uHezikiya eJerusalema, benempi enkulu. Bakhuphuka, bafika eJerusalema. Bakhuphuka bafike bema ngasemseleni wechibi elisenhla elingasendleleni yeNsimu yoMhlanzi.
UHezekiya, inkosi yakwaJuda, wathumela enkosini yase-Asiriya eLakhishi, wathi: “Ngonile kuwe, kodwa phindela emuva; noma yini oyibeka kimi, ngiyakuyenza.” Inkosi yase-Asiriya yamnqumela ukuba inkosi uHezekiya athele kuyo amathalenta esiliva angama-300 nawegolide angama-30.
Abantu bamakhela uzungu eJerusalema, wayesebalekela eLakhishi, kodwa bathumela eLakhishi emva kwakhe, bambulalela khona.
iDilani, iMizpha, iJokhitheyeli,
iKhabhoni, iLahimamu, iKhithilishi,
UJoshuwa wasuka eLakhishi, nabo bonke abakwa-Israyeli, baya e-Egiloni; bakanisa maqondana nalo, balwa nalo.