Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 15:18 - IsiZulu 2020

18 Lapho efika kuye, wamcela ukuba acele insimu kuyise. Lapho ehla embongolweni yakhe, uKhalebhu wathi kuye: “Ufunani, na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kwathi ekufikeni kwakhe wamnxusa ukuba acele insimu kuyise; wehla embongolweni yakhe; uKalebi wathi kuye: “Ukhala ngani?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Esefikile kuye, yamncenga ukuthi acele kuyise isiqephu sezwe; wehla imbongolo yakhe; uKalebi wathi kuye: “Ufunani na?

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 15:18
4 Referans Kwoze  

Lapho u-Abhigayili embona uDavide, washesha wehla embongolweni yakhe, wakhothama wathi mbo ngobuso phambi kukaDavide.


URibheka waphakamisa amehlo, kwathi lapho embona u-Isaka, wehla ngokushesha ekamelini.


Wathi kuye: “Ngiphe isipho, njengoba ungibeke eNegevu, ungiphe futhi imithombo yamanzi.” UKhalebhu wayesemnika imithombo engasenhla nengasezansi.


Wathi lapho efika kuye, wamnxusa ukuba acele insimu kuyise. Lapho ehla embongolweni yakhe, uKhalebhu wathi kuye: “Ufunani, na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite