Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 14:4 - IsiZulu 2020

4 Ngokuba abozalo lukaJosefa babeyizizwana ezimbili, esakwaManase nesakwa-Efrayimi, akukho sabelo sezwe esasinikwe abaLevi, ngaphandle kwemizi ababehlala kuyo, namadlelo emfuyo nemihlambi yabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngokuba abantwana bakwaJosefa babe yizizwe ezimbili, oManase no-Efrayimi; abawanikanga amaLevi isabelo ezweni, kuphela imizi ukuhlala kuyo, namadlelo ayo ezinkomo zawo, neyemfuyo yawo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokuba abantwana bakwaJosefa babe yizizwe ezimbili, uManase no-Efrayimi; ngalokho amaLevi akawanikanga isabelo ezweni, kuphela imizi yokuhlala, namadlelo ayo ezinkomo zawo, nempahla yawo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 14:4
13 Referans Kwoze  

“Ngakho-ke lawa madodana akho amabili azalelwe lapha eGibhithe ngingakafiki, asengawami manje. U-Efrayimi noManase bangabami, njengoba kunjalo kuRubeni noSimeyoni.


UJosefa waliqamba izibulo lakhe wathi nguManase, ngokuba ethi: “UNkulunkulu ungenze ngakukhohlwa ukuhlupheka kwami nendlu yonke kababa.”


Kuthe uJosefa eseGibhithe wazala uManase no-Efrayimi ku-Asenathi, indodakazi kaPotifera, umphristi wase-Oni.


Emveni kwalezo zinto uJosefa wathola umbiko othi: “Uyihlo uphathekile.” Wayesethatha amadodana akhe omabili uManase no-Efrayimi ukuyombona.


Amadodana kaJosefa ngemindeni yawo yilawa: uManase no-Efrayimi.


UHezekiya wathumela ku-Israyeli wonke noJuda, walobela u-Efrayimi noManase izincwadi ukuba beze endlini kaSimakade eJerusalema, ukuba bazogcina iphasika likaSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli.


Eyesibili indodana wayiqamba wathi ngu-Efrayimi, ngokuba ethi: “UNkulunkulu ungandisile ezweni lokuhlupheka kwami.”


Uma uthola amanye amadodana emva kwalawa, ayakuba ngawakho, kodwa ayakulotshwa phansi kohla lwabafowabo, ngokuba ifa lawo ayolithola kubo.


Abozalo lukaJosefa, nabolukaManase no-Efrayimi, basithola isabelo sabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite