Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 14:15 - IsiZulu 2020

15 Igama leHebhroni kuqala kwakuyiKiriyathi Arbha; lo Arbha wayengumuntu omkhulu phakathi kwama-Anaki. Izwe laphumula ekulweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Igama leHebroni laliyiKiriyati Araba kuqala ngomuntu owayemkhulu kuwo ama-Anaki. Izwe lase liphumula ekulweni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Igama leHebroni laliyiKiriyati-Arba kuqala; u-Arba wayengumuntu omkhulu phakathi kwama-Anaki. Izwe laphumula empini.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 14:15
16 Referans Kwoze  

Ngakho-ke uJoshuwa walidla lonke izwe njengakho konke uSimakade ayekushilo kuMose; uJoshuwa walinika u-Israyeli laba yifa lakhe, wamabela ngokwezizwe zakhe. Izwe laphumula ekulweni.


Wafela emzini waseKhiriyathi Arbha, okusho ukuthi eHebhroni eKhanani. U-Abhrahama wangena, walila ngoSara.


Izwe laba nokuthula iminyaka engama-40. U-Othiniyeli, indodana kaKhenazi, wafa.


Wamnika uKhalebhu indodana kaJefune isabelo phakathi kwabozalo lukaJuda njengoba uSimakade ayemyalile uJoshuwa, umuzi ka-Arbha uyise ka-Anaki iHebhroni.


AbakwaMidiyani bathotshiswa phansi kwabakwa-Israyeli, abaphindanga babavukela. Izwe laba nokuthula iminyaka engama-40 ngezinsuku zikaGideyoni.


“Simakade, sengathi zingabhubha zonke izitha zakho! Kodwa abakuthandayo mabafane nelanga liphuma ngamandla alo.” Izwe lalinokuthula iminyaka engama-40.


Kusukela ngalolo lusuku abakwaMowabi baba ngaphansi kwesandla sabakwa-Israyeli. Izwe laba nokuthula, iminyaka engama-80.


UJakobe wafika kuyise u-Isaka eMamre, iKhiriyathi Arbha, okuyiHebhroni, lapho u-Abhrahama no-Isaka babekade begogobele khona.


Wathi kuye: “Hamba uyobona ukuthi abafowenu nemfuyo basaphatheke kahle yini, bese ungilethela umbiko.” Wamthuma esuka esigodini eHebhroni, waze wayofika eShekhemu.


IHebhroni laba yifa likaKhalebhu, indodana kaJefune umKhenizi, kuze kube namuhla, ngokuba wamlandela ngenhliziyo epheleleyo uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli.


Bawanika iKiriyathi Arbha okuyiHebhroni, umuzi kayise ka-Anaki, ezintabeni kwaJuda namadlelo awo nxazonke zawo.


Maqondana nemizana namasimu ayo, kwahlala abanye abantu bakwaJuda: eKiriyathi Arbha nasemizaneni yalo, eDibhoni nasemizaneni yalo, eJekabhizeyeli nasemizaneni yalo,


Kodwa amasimu omuzi nemizana yawo bakunika uKhalebhu indodana kaJefune kwaba yifa lakhe.


IHebhroni lanikwa uKhalebhu njengalokhu uMose ayeshilo, waxosha kuyo amadodana amathathu ka-Anaki.


abaseHebhroni, nabasezindaweni zonke lapho uDavide luqobo nabantu bakhe babejwayele ukuhambela khona.


U-Eleyazare wazala uFinehasi; uFinehasi wazala u-Abhishuwa;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite