Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 13:33 - IsiZulu 2020

33 Kepha kwabesizwana sakwaLevi, uMose akabanikanga sabelo esiyifa labo; uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli uyisabelo sabo, njengoba ayeshilo kubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Kepha isizwe sakwaLevi uMose akasinikanga fa; uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli uyifa labo njengokukhuluma kwakhe kubo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Kodwa isizwe sakwaLevi uMozisi akasinikanga ilifa; uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wayeyifa labo njengokusho kwakhe kubo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 13:33
7 Referans Kwoze  

AbaLevi abanasabelo phakathi kwenu, ngokuba ubuphristi bukaSimakade buyifa labo. UGadi noRubeni nengxenye yesizwna sakwaManase sebesitholile isabelo sabo ngaphesheya kweJordani empumalanga, uMose inceku kaSimakade abanika sona.”


Yisizwana sakwaLevi kuphela uMose angasabelanga ifa, ngoba iminikelo yomlilo eya kuSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli yiyo eyifa labo njengoba asho kubo.


Ngalokho uLevi akanasabelo nalifa kanye nabafowabo; uSimakade uyifa lakhe njengokusho kukaSimakade uNkulunkulu wakho kuye.


USimakade wathi ku-Aroni: “Awuyukuba nafa ezweni lakubo, futhi awuyukuba nasabelo phakathi kwabo; Mina ngiyisabelo sakho nefa lakho phakathi kwabantu bakwa-Israyeli.


Leli yifa uMose alaba emathafeni akwaMowabi ngaphesheya kweJordani, empumalanga neJerikho.


“ ‘Bayakuba nefa; Mina ngiyifa labo; aniyukubanika imfuyo kwa-Israyeli; Mina ngiyimfuyo yabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite