Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 13:24 - IsiZulu 2020

24 UMose wanika isizwana sakwaGadi ifa, ngokwemindeni yaso:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 UMose wanika isizwe sakwaGadi, abantwana bakwaGadi, ngemindeni yaso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 UMose wanika isizwe sakwaGadi ifa, abantwana bakwaGadi ngezizukulwane zabo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 13:24
6 Referans Kwoze  

Umngcele wabakwaRubeni kwakuyiJordani nosebe lwalo. Leli kwakuyifa lozalo lukaRubeni ngokwemindeni yabo, imizi nemizana yabo.


indawo yabo kwawuyiJazeri, nayo yonke imizi yakwaGileyadi, nengxenye yezwe lakwa-Amoni kuya e-Aroweri, elingaphambi kweRaba,


“Ngasemngceleni wakwaZebuloni, uGadi uyakuba nesabelo, kusukela ohlangothini olusempumalanga kuze kube kolusentshonalanga.


Amadodana kaZilipha incekukazi kaLeya kunguGadi no-Asheri. Yilawo-ke amadodana kaJakobe awazala esePhadani Aramu.


Bahlala kwaGileyadi eBhashani nasemizaneni yalo, nasemadlelweni wonke eSharoni, kwaze kwaba semingceleni yawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite