Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 13:15 - IsiZulu 2020

15 UMose wanika isizwana sakwaRubeni ifa laso ngokwezindlu zaso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UMose wanika isizwe sabantwana bakwaRubeni ngemindeni yabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 UMose wanika isizwe sabantwana bakwaRubeni ifa ngokwezizukulwane zabo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 13:15
7 Referans Kwoze  

Yisizwana sakwaLevi kuphela uMose angasabelanga ifa, ngoba iminikelo yomlilo eya kuSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli yiyo eyifa labo njengoba asho kubo.


Indawo yabo yayisuka e-Aroweri ngasekupheleni kwesigodi i-Arinoni, nemizi ephakathi nesigodi, nawo wonke amathafa ngaseMedeba,


“URubeni uyakuba nesabelo ngasemngceleni wakwa-Efrayimi, kusukela ohlangothini olusempumalanga kuze kube kolusentshonalanga.


Amadodana kaLeya kwakunguRubeni, izibulo likaJakobe, kulandele uSimeyoni, uLevi, uJuda, u-Isakhare noZabuloni.


Nazi izinhloko zokhokho ngokwezindlu zazo: amadodana kaRubeni izibulo lika-Israyeli: nguHanoki, uPhalu, uHezironi, noKharimi. Yiyo-ke le imindeni kaRubeni.


Manje uSimakade uNkulunkulu wenu usebanike ukuthula abafowenu njengoba ayebathembisile; ngakho-ke buyelani emuva emathendeni enu ezweni eliyisabelo senu, izwe uMose inceku kaSimakade aninika lona ngaphesheya kweJordani.


Kodwa uSihoni akazange abethembe abakwa-Israyeli ukuba bangadabula endaweni yakhe, ngakho-ke uSihoni waqoqa bonke abantu bakhe, wakanisa eJahazi, walwa no-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite