Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 12:24 - IsiZulu 2020

24 nenkosi yaseThiriza: iyodwa; esewonke amakhosi ayengama-31.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 inkosi yaseTirisa: inye; onke amakhosi ayengamashumi amathathu nanye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 inkosi yaseTirisa, eyodwa; bonke ookumkani babengamashumi amathathu nanye.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 12:24
7 Referans Kwoze  

UMenahemu, indodana kaGadi, wenyukela eThiriza; wafika eSamariya wabulala uShalumi, indodana kaJabheshi, wayesebusa esikhundleni sakhe.


Ngonyaka wama-31 wokubusa kwenkosi u-Asa kwaJuda, u-Omri waba yinkosi phezu kuka-Israyeli; wabusa iminyaka eli-12, eyisithupha wayibusa eseThiriza.


Amakhosi azo uyowanikela esandleni sakho, wena uyoliqeda nya igama lawo phansi kwezulu; akukho muntu oyoma phambi kwakho, uze uqede ukuzibhubhisa.


UJosiya wayeneminyaka eyisishiyagalombili ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka engama-31 eJerusalema.


UmkaJerobhowamu wasuka wahamba waze wayofika eThirisa, kuthe lapho engasembundwini wendlu, umntwana wafa.


Izizukulwane zabo zangena kulo, zahlala. Labo ababehlala kulelo lizwe, wabenza bakhonza kuzo. AmaKhanani namakhosi awo nabanye abantu ababehlala ezweni, wabanikela kuzo ukuba zibaphathe ngokuthanda kwazo.


uSihoni, inkosi yama-Amori, u-Ogi, inkosi yaseBhashani, nemibuso yonke eKhanani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite