Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 11:5 - IsiZulu 2020

5 Wonke lawo makhosi ayihlanganisa impi yawo, eza, akanisa ndawonye ngasemanzini eMerome, ukuba alwe no-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Onke lawo makhosi ahlangana, eza amisa ndawonye ngasemanzini aseMerome ukuba alwe no-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Esebuthene onke lawo makhosi, eza amisa ngasemanzini aseMeromu ukuba alwe no-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 11:5
9 Referans Kwoze  

babeyimimoya yamadimoni, benza izibonakaliso, baphuma baya emakhosini omhlaba wonke ukuze bawahlanganisele ukulwa ngosuku olukhulu lukaNkulunkulu uSomandla.


Hlanganani zizwe, nishaqeke. Bekani indlebe nina mazwe akude: bophani izinkalo zenu, nokho niyodangala; yebo, bophani izinkalo zenu, kodwa niyakudangala.


Simakade, ziningi izitha zami. Baningi abangivukelayo.


Aphuma wonke namabutho awo, impikazi eyayingangesihlabathi solwandle, inamahhashi amaningi kakhulu, nezinqola zempi.


USimakade wathi kuJoshuwa: “Ungabesabi, ngokuba kusasa ngalesi sikhathi ngizobanikela bonke kuwe bebulewe, phambi kuka-Israyeli; wena uzonquma amahhashi abo imisipha, izinqola zabo uzishise ngomlilo.”


ahlangana ndawonye aba yimbumba efuna ukuhlasela uJoshuwa no-Israyeli.


Abase-Aramu lapho bebona ukuthi banqotshiwe ngu-Israyeli, babuthana ndawonye.


Ayibona intaba iZiyoni, amangala, ashaywa wuvalo, aphaphatheka,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite