Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 11:13 - IsiZulu 2020

13 Kepha imizi eyayakhiwe emagqumeni, u-Israyeli akashisanga namunye kuyo ngaphandle kweHazori kuphela, uJoshuwa alishisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kepha imizi eyayimi emagqumeni ayo u-Israyeli akashisanga namunye kuyo ngaphandle kweHasori kuphela; lowo uJoshuwa wawushisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kepha imizi eyayisele ezinqabeni zayo u-Israyeli akayishisanga namunye kuyo, kuphela iHasori lodwa; wamshisa uJoshuwa.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 11:13
4 Referans Kwoze  

“Usho kanje uSimakade, uthi: “ ‘Bheka, ngizokuqeda ukuthunjwa kwamathende kaJakobe, ngiwahawukele amakhaya akhe; umuzi uyokwakhiwa egqumeni lawo, isigodlo sihlale njengokufaneleyo.


UJoshuwa wayidla yonke imizi yalawo makhosi nawo wonke amakhosi ayo, wakuchitha ngenkemba, wakuqothula njengokuyala kukaMose inceku kaSimakade.


Yonke impango yaleyo mizi nezinkomo, abantu bakwa-Israyeli bazithathela khona; kodwa bababulala ngenkemba bonke abantu baze babaqothula; akwaze kwasala noyedwa ophefumulayo.


Nganinika izwe eningalikhandlekelanga nemizi eningayakhanga, nihlala kuyo; nidla izithelo zemivini nezeminqumo eningakutshalanga.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite