Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 10:33 - IsiZulu 2020

33 Kwase kukhuphuka uHoramu, inkosi yaseGezeri, ukuzosiza iLakhishi, kepha uJoshuwa wayibulala nabantu bayo, akashiyanga namunye kubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Khona kwakhuphuka uHoramu inkosi yaseGezeri ukuba asize iLakishi; kepha uJoshuwa wambulala nabantu bakhe, akaze amshiyela noyedwa owasalayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Khona uHoramu inkosi yaseGezeri wenyuka ukusiza iLakishi; uJoshuwa wamnqoba yena nabantu bakhe, waze wangabe esasala muntu.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 10:33
11 Referans Kwoze  

No-Efrayimi akawaxoshanga amaKhanani ayehlala eGezeri, kodwa amaKhanani ahlala phakathi kwabo eGezeri.


Nokho-ke abakwazanga ukuwaxosha amaKhanani ayehlala eGezeri; ngakho-ke asahlala phakathi kwabakwa-Efrayimi kuze kube yinamuhla, kodwa bawenza izinceku zokubasebenzela.


siqhubekele ezansi ngasentshonalanga esifundeni samaJafelethi, size siyofika endaweni esezansi eBhethi Horoni bese siya eGezeri; size sigcine olwandle.


Kwathi emveni kwaleso sehlakalo kwaqubuka impi phakathi kuka-Israyeli namaFilisti eGezeri. USibhekhayi, umHushathi, wabulala uSiphayi, enye yamadodana amaRefa; anqotshwa amaFilisti.


Bayinika imizi yokuphephela: iShekhemi, ezintabeni kwa-Efrayimi, namadlelo alo, iGezeri namadlelo alo,


Banikwa iShekhemi namadlelo alo, kwelezintaba kwa-Efrayimi, umuzi wokuphephela umbulali, iGezeri namadlelo alo,


inkosi yase-Egiloni: iyodwa; inkosi yaseGezeri: iyodwa;


USimakade wayinikela iLakhishi esandleni sabakwa-Israyeli, balidla ngosuku lwesibili, balichitha ngenkemba nabo bonke abantu ababekulo njengoba babenzile eLibhina.


UJoshuwa wasuka eLakhishi, nabo bonke abakwa-Israyeli, baya e-Egiloni; bakanisa maqondana nalo, balwa nalo.


UDavide wenza njengalokhu uSimakade ayemyalile, wawabhubhisa amaFilisti kusukela eGebha kuze kuyofika eGezeri.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite