Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 10:19 - IsiZulu 2020

19 kepha nina ningami lapho; zixosheni izitha zenu, nizihlasele ngasemuva, ningazivumeli ukuba zingene emizini yazo, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wenu uzinikele esandleni senu.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 kepha ningemi nina; xoshani izitha zenu, nibulale ezingasemuva, ningazivumeli ukuba zingene emizini yazo, ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu uzinikele esandleni senu.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Futhi ningahlali, kodwa landelani izitha zenu futhi ninqobe abangasemuva bazo; ningabavumeli ukuba bangene emizini yabo, ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu uwanikele esandleni senu.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 10:19
8 Referans Kwoze  

“Makaqalekiswe lowo owenza umsebenzi kaSimakade ngokunganakekeli, aqalekiswe lowo onganindi inkemba yakhe ngegazi.


“Sisahlaleleni na? Buthanani, masingene emizini ebiyelweyo, ukuze sibhubhele lapho, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wethu, usinqumele ukubhujiswa, usiphuzise amanzi anobuthi, ngokuba sonile kuSimakade.


Wayesethi uDavide ku-Abhishayi: “USheba, indodana kaBhikhiri, izokwenza kithi umonakalo omkhulu kunalowo ka-Absalomu. Thatha izinceku zenkosi yakho, umxoshe, funa aze azitholele imizi ebiyelweyo, aphele emehlweni.”


Uma ebalekela emzini, wonke u-Israyeli uyakuphonsa izintambo kulowo muzi, siwuhudulele emfuleni, kungabe kusafunyanwa khona netshe nje elilodwa.”


Kwathi lapho uJoshuwa nabantu bakwa-Israyeli sebecekele phansi abaningi kakhulu baze babaqeda, insali yangena emizini ebiyelweyo.


UJoshuwa wathi: “Gingqelani amatshe amakhulu emlonyeni womgede, nimise amadoda ngakuwo, awulinde,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite