Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJona 3:7 - IsiZulu 2020

7 Yamemezela eNineve ngokwesimiso senkosi nezikhulu zayo, yathi: “Makungabi bikho muntu nemfuyo, mhlambi wankomo, namvu, nambuzi okuzodla noma namanzi,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Yamemezela, yasho eNineve ngomthetho wenkosi nabakhulu bayo, yathi: “Makungabikho muntu onambitha utho, nasilwane, nankomo, namvu, bangadli, bangaphuzi manzi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Yasimemezela, yenza ukuba kwaziwe eNineve ngomyalo wenkosi nezikhulu zayo, yathi: Makungabikho muntu nasilwane esinambitha utho; ungawavumeli adle, angaphuzi manzi.

Gade chapit la Kopi




UJona 3:7
6 Referans Kwoze  

UJehoshafathi wesaba, wayesezinikela, wafuna uSimakade, wamemezela ukuzila ukudla kulo lonke elakwaJuda.


Abantu baseNineve bakholwa kuNkulunkulu, base bememezela ukuzila ukudla, nokuba kugqokwe indwangu yesaka kusukela kwabakhulu babo kuya kwabancane.


Maye, sekububula nemfuyo! Imihlambi yezinkomo yehla yenyuka ikhungathekile, ngokuba ayinamadlelo, nemihlambi yezimvu ithwele kanzima.


Ngase ngimemezela ukuzila ngasemfuleni i-Ahava nokuba sizithobe phambi kukaNkulunkulu wethu, sizicelele indlela enhle nephephile, thina nabantwana bethu, nayo yonke impahla yethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite