Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJona 1:15 - IsiZulu 2020

15 Ayesemqukula uJona, amphonsa olwandle; lwase luthula cwaka ulwandle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Amphakamisa uJona, amphonsa elwandle; ulwandle lwase lupheza ukufutha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Basebemfukula uJona bamjikijela elwandle, ulwandle lwathula ekuthukutheleni kwalo.

Gade chapit la Kopi




UJona 1:15
10 Referans Kwoze  

Base besondela kuye, bamvusa bethi: “Nkosi, Nkosi, siyafa.” Wavuka, wawukhuza umoya namagagasi agubhayo. Kwanqamuka, kwathula kwathi du.


Wathulisa isiphepho, kwathula du, kwathula namadlambi olwandle.


Wena ubusa amadlambi olwandle lapho amaza alo ephakama, Wena uyawathulisa.


UJesu wayesethi kubo: “Yini nesabe kangaka, nina eninokukholwa okuncane na?” Wavuka wayesewukhuza umoya nolwandle, kwaba nokuthula okukhulu.


othulisa ukuduma kwezilwandle, inhlokomo yamaza azo nomsindo wabantu.


Bawambela amathambo kaSawule noJonathani, indodana yakhe, kwaBhenjamini, eZela, ethuneni likaKishi, uyise. Benza konke inkosi eyayibayale ngakho. Emveni kwalokho uNkulunkulu wayizwa imikhuleko ngenxa yezwe.


Kwazi bani? Hleze uNkulunkulu angacabanga ngokunye, abe nobubele kithi, alubambe ulaka lwakhe oluvuthayo, angabe esasibhubhisa.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite