Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 8:12 - IsiZulu 2020

12 Uma liseluhlaza, lingakakhiwa, liyabuna phambi kwabo bonke utshani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Uma iseluhlaza, ingakakhiwa, iyabuna phambi kwabo bonke utshani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uma iseluhlaza futhi ingakanqunywa, iyabuna ngaphambi kwanoma iyiphi enye imifino.

Gade chapit la Kopi




UJobe 8:12
9 Referans Kwoze  

Uyakuba njengesihlahla ogwadule, akayukukubona okuhle noma kuza kuye, uyakuhlala ezindaweni ezigagadekile ehlane, ezweni likasawoti okungahlali muntu kulo.


ngokuba: “Yonke inyama injengotshani, nobuhle bayo bonke bunjengembali yotshani. Utshani buyabuna, nembali ivuthuluke. Kepha izwi leNkosi limi kuze kube phakade.”


Okuhlwanyelwe edwaleni, yilowo ozwa izwi, alamukele masinyane ngokuthokoza,


Umhlanga ungahluma yini lapho kungenaxhaphozi khona na? Ibhuma lingamila yini kungekho amanzi na?


“Zinjalo-ke izindlela zabo bonke abakhohlwa nguNkulunkulu, ithemba longenabunkulunkulu liyakushabalala.


ukuthi ukujabula kwezikhohlakali kufushane, nokuthokoza kwabangenankulunkulu kungokomzuzwana nje na?


Imifula iyonuka, imifudlana eGibhithe iyoncipha, ishe, kubune umhlanga nebhuma.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite