Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 7:17 - IsiZulu 2020

17 Uyini umuntu ukuba umenze abe mkhulu, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Uyini umuntu ukuba umkhulise, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Umuntu uyini ukuba umkhulise na? nokuthi uzobeka inhliziyo yakho kuye?

Gade chapit la Kopi




UJobe 7:17
10 Referans Kwoze  

Kepha omunye ufakazile kwenye indawo, wathi: “Umuntu uyini ukuba umkhumbule, noma indodana yomuntu ukuba uyinake na?


uyini umuntu ukuba umkhumbule, nendodana yomuntu ukuba uyinake na?


Simakade, uyini umuntu ukuba umazi, nendodana yomuntu ukuba uyikhumbule na?


Ngilulwandle yini, noma inkanyamba yolwandle, uze ungibekele abalindi na?


“Inkosi yakwa-Israyeli iphumele ukulandela bani na? Uxosha bani? Ukuhubha inja efileyo, intwakumba eyodwa nje.


“Umuntu angaba yini wusizo kuNkulunkulu na? Ohlakaniphe kakhulu angaba wusizo yini kuye na?


Kakhulu kangakanani umuntu oyimpethu nje, nendodana yomuntu eyisibungu na?”


Ngabe ugxilisa amehlo akho konje, ungiyisa ekwehlulelweni kanye nawe na?


Umenzile waba ngaphansana kukaNkulunkulu, wamthwesa umqhele wodumo nobukhosi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite