Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 6:3 - IsiZulu 2020

3 Ngokuba manje kuyasinda kwedlula isihlabathi solwandle, ngakho amazwi ami abengumbhedo nje.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngokuba manje iyasinda kunesihlabathi solwandle; ngalokho amazwi ami ayengukubheda.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokuba manje bekuyakuba nzima kunesihlabathi solwandle; ngalokho amazwi ami ayaginywa.

Gade chapit la Kopi




UJobe 6:3
7 Referans Kwoze  

Itshe liyasinda nesihlabathi sinzima, kodwa ukuchukuluza kwesiwula kusinda ukwedlula kokubili.


“Zanini kimi, nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, ngizakuniphumuza.


Uzibambile izinkophe zami, amehlo ami awavaleki. Ngikhathazekile, akusakhulumeki.


Simakade Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nezizindlo zakho ngathi; akukho okungafaniswa nawe, uma ngiyilanda, ngiyisho, miningi kunokuba ibalwe.


“Nanamuhla ukukhononda kwami kumunyu; isandla sami sinzima, nakuba ngibubula.


mangilinganiswe esilinganisweni esilungileyo, ukuze uNkulunkulu abuvume ubuqotho bami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite