Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 6:22 - IsiZulu 2020

22 Ngasho yini kini, ngathi: ‘Ngipheni isipho empahleni yenu’ na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ngasho yini ukuthi: ‘Ngipheni, ninginike isipho empahleni yenu,’ na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngithe: Ngiletheni? noma: Nginike umvuzo wempahla yakho?

Gade chapit la Kopi




UJobe 6:22
5 Referans Kwoze  

Angifisanga siliva, nagolide, nangubo yamuntu.


Kwase kufika kuye bonke abafowabo, nabo bonke odadewabo, nabo bonke ayazana nabo phambilini, badla isinkwa naye endlini yakhe; bamkhalela, bamduduza ngakho konke okubi uSimakade ayemehlisele khona. Bamnika yilowo nalowo uhlamvu lwemali necici legolide.


Bhekani, ngilapha: fakazani ngami phambi kukaSimakade naphambi kogcotshiweyo wakhe, ukuthi ngake ngathatha inkabi kabani, noma imbongolo kabani, ngubani engimqolile, ngicindezele bani futhi ngemukele ukufunjathiswa okuvela esandleni sikabani ukuze amehlo ami avalwe yikho na? Lokho ngiyakukubuyisela kini.”


nani seninjalo-ke kimi; nibone okwethusayo, nesaba.


noma: ‘Ngikhululeni esandleni sesitha, ningihlenge esandleni sezidlova’ na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite