Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 6:13 - IsiZulu 2020

13 Angikwazi ukuzisiza, usizo lwami lususiwe kimi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Akusikho yini ukuthi alukho usizo kimi; ukusindiswa kususwa kimi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Usizo lwami alukho kimi na? Ukuhlakanipha kuxoshiwe ngokuphelele kimi na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 6:13
9 Referans Kwoze  

Ngokuba ukuzibonga kwethu yilokhu okungubufakazi bukanembeza wethu, ukuthi sibe msulwa, sahamba ngobuqotho bukaNkulunkulu emhlabeni, ikakhulu maqondana nani; asihambanga ngokuhlakanipha kwabantu, kodwa ngomusa kaNkulunkulu.


“Umsize kanjani ongenamandla na? Wayisindisa kanjani ingalo engenamandla na?


Uma nithi: ‘Siyakumhlupha kanjani!’ bese nithi: ‘Umongo wendaba ukuye,’


Enikwaziyo nami ngiyakwazi, aningedluli ngalutho.


Kepha makube yilowo nalowo ahlole owakhe umsebenzi, khona eyakuzincoma ngawo, angawuqhathanisi nowomunye.


Ngabe amandla ami angamandla amatshe na? Inyama yami iyithusi na?


Umeluleke kanjani ongahlakaniphile na? Wamnika izeluleko ezinhle kangakanani ongenakuqonda na?


Nokho manje uNkulunkulu ungikhathazile, yonke indlu yami uyenze incithakalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite