Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 5:21 - IsiZulu 2020

21 Uyakukufihla olimini oluhlabayo, awuyukwesaba ukubhubha lapho kufika.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Uyakufihlwa enkalivasini* yolimi; awuyikwesaba lapho kufika ukuchitha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Uzacatshangelwa yisijeziso solimi, njalo kawuyikwesaba ukubhujiswa lapho kufika.

Gade chapit la Kopi




UJobe 5:21
11 Referans Kwoze  

Ubafihla emphemeni wobukhona bakho, ezigungwini zababakhela uzungu. Ubagcina bephephile edokodweni lakho, olimini olumbaxambili.


Base bethi: “Wozani simakhele uzungu uJeremiya, ngokuba umyalelo awuyukulahleka ngomphristi, ukweluleka ngohlakaniphileyo, nezwi ngomphrofethi; wozani simhlasele ngamazwi ethu, singalinaki nelilodwa lamazwi akhe.”


Ukukhuluma kwabanye ngokuhlaphaza kufana nokuhlaba kwenkemba, kodwa ulimi lwabahlakaniphileyo luyaphilisa.


amazwi akhe abushelelezi kunamafutha, kodwa inhliziyo igaya izibozi.


Asikho isikhali esenzelwa wena esiyakuphumelela; uyakumisa lonke ulimi olukuvukelayo ekwehlulelweni; lokhu kuyifa lezinceku zikaSimakade nokumelwa kwazo okuvela kimi,” kusho uSimakade.


Umphefumulo wami uphakathi kwamabhubesi, ngilele phakathi kwabakhafula umlilo, ngisho nabantwana babantu, abamazinyo ayimikhonto nemicibisholo, abalulimi luyinkemba ebukhali.


Kepha abantulayo uyabasindisa enkembeni yemilomo yabo, nasesandleni sonamandla.


Awuyukwesaba inhlekelele ezumayo, nokubhujiswa okulethwa yizikhohlakali,


Makabongwe uSimakade, ngokuba ungenzele umusa wakhe omangalisayo ngesikhathi ngisemzini ovinjezelweyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite