Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 41:32 - IsiZulu 2020

32 Ishiya umgudu ocwebezelayo emva kwayo, utwa kube sengathi lungwevu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Wenza umgudu ukhazimule emva kwakhe; kungathi utwa lungwevu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Wenza indlela yokukhanya emva kwakhe; umuntu angacabanga ukuthi utwa lumpunga.

Gade chapit la Kopi




UJobe 41:32
12 Referans Kwoze  

Udumo lwabasha lungamandla abo, nemvunulo yabadala ingubumpunga.


Ubumpunga bungumqhele wodumo; bufunyaniswa endleleni yokulunga.


Amanzi ayaqina abe njengetshe, ubuso botwa bube yiqhwa.


“Wake wangena emithonjeni yolwandle, wahamba phansi ezinzulwini zalo na?


Utwa luthi: ‘Akukho kimi;’ ulwandle luthi: ‘Akukho kimi.’


UJakobe wathi: “Indodana yami ayiyukwehla nani, ngokuba umfowabo ufile, manje nguye yedwa osele, uma ehlelwa yingozi endleleni, niyokwenza ukuba ngiye kwelabafileyo nginomunyu.”


U-Abhrahama wafa esemdala kakhulu, egculisekile yiminyaka ayiphilile, wangcwatshwa koyisemkhulu.


Nokho wena uyokufa ngokuthula, amathambo akho ayobekwa nawawoyihlomkhulu, ungcwatshwe usumdala.


zibe yizikhanyisi esibhakabhakeni, zikhanyisele umhlaba.” Kwaba njalo.


Umhlaba wawungenasimo, ungenalutho, ubumnyama busibekele utwa. UMoya kaNkulunkulu wawuvunguza phezu kwamanzi.


Yenza izinzulu zibile njengebhodwe, ulwandle ilwenze lufane nomfuma wamafutha.


Emhlabeni akukho okufana nayo, yenziwe yangaba nakwesaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite