Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 41:2 - IsiZulu 2020

2 Ungayifaka yini umkhala ekhaleni layo, ubhoboze umhlathi wayo ngehhuku na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ungafaka igoda lomhlanga ekhaleni lakhe, ubhoboze umhlathi wakhe ngodobo, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ungafaka ihhuku ekhaleni lakhe? kumbe ubhoboze umhlathi wakhe ngeva?

Gade chapit la Kopi




UJobe 41:2
7 Referans Kwoze  

ukufutheka kolaka lwakho ngami, nokuzidla kwakho sekufinyelele ezindlebeni zami; ngizofaka ingwegwe yami emakhaleni akho, netomu lami emlonyeni wakho; ngikubuyisele emuva ngendlela oweza ngayo.


Ngalolo lusuku uSimakade uyojezisa uLeviyathani ngenkemba yakhe enonya, elukhuni nemandla. ULeviyathani yinkanyamba esheshayo, futhi ethandelayo, uyobulala nenkanyamba yasolwandle ehlala khona.


Ngenxa yokuba ungithukuthelele, nokuzidla kwakho kwenyukele ezindlebeni zami, ngiyakubeka ingwegwe yami emakhaleni akho, netomu lami emlonyeni wakho, ngiyakukubuyisela endleleni oweza ngayo.’


Iyokwenza imikhuleko eminingi yini kuwe, ikhulume amazwi athobekileyo na?


Uhlakaniphile ngenhliziyo, unamandla amakhulu, ngubani owake wamelana naye, waphumelela na?


Akukho ukuhlakanipha, akukho ukuqonda, asikho iseluleko, okungamelana noSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite