Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 41:13 - IsiZulu 2020

13 Ngubani ongayihlubula isembatho sayo esingaphandle na? Ngubani ongangena phakathi kwemihlathi yayo emibili na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ngubani ongakhumula isambatho sakhe esingaphandle; ngubani ongangena phakathi kwemihlathi yakhe emibili na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngubani ongambula ubuso bengubo yakhe na? Ngubani ongangena kuye namatomu akhe aphindwe kabili na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 41:13
5 Referans Kwoze  

Uma sifaka amatomu emilonyeni yamahhashi, sikwenza lokho ukuze asilalele, siyawuqondisa wonke nomzimba wawo.


Ungafani nehhashi nomnyuzi okungenakuqonda, okukhalinywa ngetomu nomkhala ukuze kuhambe kuqonde, kungenjalo akuyukuwulalela umthetho wakho.


Ngenxa yokuba ungithukuthelele, nokuzidla kwakho kwenyukele ezindlebeni zami, ngiyakubeka ingwegwe yami emakhaleni akho, netomu lami emlonyeni wakho, ngiyakukubuyisela endleleni oweza ngayo.’


“Angiyukuthula ngezitho zayo, nangendaba yamandla ayo, nangesimo sayo esihle.


Ngubani ongavula izicabha zomlomo wayo na? Amazinyo ayo ayesabeka nxazonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite