Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 40:23 - IsiZulu 2020

23 Bheka, ngisho umfula ugola izintethe, akethuki, uyazethemba, noma ngabe iJordani idla izindwani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Bheka, noma kuphuphuma umfula, akethuki; uyaqalaba, noma iJordani ligijigijimela emlonyeni wakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Bheka, uyaphuza umfula, akasheshi; uyethemba ukuthi angakwazi ukudweba iJordani emlonyeni wakhe.

Gade chapit la Kopi




UJobe 40:23
7 Referans Kwoze  

ULothi wabheka, walibona lonke ithafa eliseJordani kuze kube seZowari ukuthi lalivunde njengensimu kaSimakade, nanjengeGibhithe. Lokho kwenzeka uSimakade engakalibhubhisi iSodoma neGomora.


Ngamba, ngaphuza amanzi; ngiyonyathela ngonyawo lwami, kome yonke imifula eGibhithe.’ ”


Ngakho-ke, ithi iNkosi uSimakade: “EZiyoni ngibeka itshe lesisekelo elivivinyekileyo, itshe legumbi eliyigugu elinqabileyo lesisekelo soqobo, owethembayo akayukuxhamazela.


Bengizophuthuma ngithole umpheme ukuze ngiphephe ezivunguvungwini naseziphephweni.


Lapho abathwele umphongolo befika eJordani, nezinyawo zabaphristi sezithinte amanzi osebeni lomfula iJordani ogola izintethe ngaso sonke isikhathi sokuvuna,


Izihlahla ezinomthunzi zimsitha ngomthunzi wazo, azungezwe yiminyezane esemfuleni.


Ukhona yini ongambamba ebhekile, amcuphe ngonoxhaka, abhoboze ikhala lakhe na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite