Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 4:12 - IsiZulu 2020

12 “Izwi lafika isinyenyela kimi, indlebe yami yezwa ukunyenyeza kwalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Kwanyenyiselwa kimi izwi, indlebe yami yabamba ukunyenyezwa kwalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Manje kwalethwa kimi okuthile ngasese, futhi indlebe yami yemukela okuncane kwakho.

Gade chapit la Kopi




UJobe 4:12
5 Referans Kwoze  

Bheka, lokho kuyisiphetho sezindlela zakhe, izwi elinyenyezayo esilizwayo ngaye, kodwa ukuduma kwamandla akhe ngubani ongakuqonda na?”


Ngokuba manje sibona esibukweni kalufifi, kepha lapho sobukana ubuso nobuso, ngokuba manje ngazi ingxenye, kepha lapho ngiyokwaziwa ngokupheleleyo, njengokuba bengaziwa ngokupheleleyo.


UNkulunkulu ukhulume kanye, ngakuzwa kabili lokho: amandla angakaNkulunkulu,


Ephusheni nasembonweni ebusuku, lapho abantu belele ubuthongo obunzima, bethe zwi emibhedeni yabo,


“Bheka, iso lami likubone konke, nendlebe yami yezwa, yaqonda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite