Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 39:7 - IsiZulu 2020

7 Iyawuhleka umsindo ovela emzini, ayikuzwa ukumemeza komshayeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ihleka umsindo wedolobha, ingezwa ukumemeza komshayeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uyadelela isixuku somuzi, akakunaki ukukhala komshayeli.

Gade chapit la Kopi




UJobe 39:7
9 Referans Kwoze  

Lapho iziboshwa zicanasa khona ndawonye, nezwi labacindezelayo zingasalizwa.


Hambani manje niyosebenza, ngokuba anizukunikwa tshani, kodwa nisazokwenza inani elifanayo lezitini.”


Bathi: ‘Sikuzileleni ukudla, ngoba awuboni na?’ ‘Sizithobeleni, ngoba awusinaki na?’ “Bhekani, ngosuku enizila ngalo, nenza enikuthandayo, nicindezele zonke izisebenzi zenu.


Usho kanje uSimakade kimi, uthi: “Njengengonyama ibhodla, nebhongo lengonyama ligwavuma phezu kwenyamazane, aliphazanyiswa wumsindo wokumemeza kwabelusi abaningi abasuke bebizwe ukumelana nalo, futhi alithikanyezwa ngumsindo wabo, kanjalo uSimakade Wamabandla uyokwehla ukuba alwe entabeni iZiyoni nasegqumeni layo.


Lapho indizela phezulu, ihleka amahhashi nabagibeli bawo.


wenza ihlane laba yindlu yayo, nezwe likasawoti, indawo yayo yokuhlala na?


Iyahamba ezintabeni eziyidlelo layo, ifuna lonke uhlaza.


Ungayibophela yini inyathi ukuba ilime, noma ihlelembe esigodini emva kwakho na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite