Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 39:12 - IsiZulu 2020

12 Ungayethemba yini ukuthi ingayibuyisa imbewu yakho, iyibuthele esibuyeni sakho na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ungakholwa yiyo ukuba ibuyise imbewu yakho, iyibuthele esibuyeni sakho, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uzakholwa yiyo ukuthi izaletha inhlanyelo yakho ekhaya, iyibuthele esiphaleni sakho?

Gade chapit la Kopi




UJobe 39:12
8 Referans Kwoze  

Kuyekeni kukhule kokubili ndawonye, kuze kuvunwe. Ngesikhathi sokuvuna ngiyakuyala abavuni ngithi: buthani kuqala ukhula, nilubophe izinyanda ukuze lushiswe, bese nibuthela amabele enqolobaneni yami.’ ”


ethi: “Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele!


Isekhona yini imbewu enqolobaneni na? Imivini, imikhiwane, amahananadi, iminqumo akuthelanga. Kodwa kusukela ngalolu lusuku ngiyakukubusisa.”


Niyabona-ke, sengizonicindezela lapho phansi njengenqola inyinyitheka okusanhlamvu.


Impilo ende isesandleni sakho sokunene, kwesokhohlo sakho kukhona ingcebo nodumo.


Ngalezo zinsuku ngabona abantu kwaJuda bekhama amagilebhisi ngeSabatha. Abanye babethwese izimbongolo zabo okusanhlamvu, iwayini, amagilebhisi, amakhiwane nezinye izinto, bekuyisa eJerusalema; ngabexwayisa ukuthi bangathengisi lutho ngeSabatha.


Ungayethemba yini, ngoba amandla ayo emakhulu, ushiye umshikashika wakho kuyo na?


“Intshe iphaphazela kamnandi ngamaphiko, kodwa ngabe yizimpaphe namaphiko othando na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite