Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 39:10 - IsiZulu 2020

10 Ungayibophela yini inyathi ukuba ilime, noma ihlelembe esigodini emva kwakho na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ungayibophela inyathi ngentambo emseleni, ibhuqe izigodi emva kwakho, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ungabophela inyoti ngebhande layo emseleni na? noma uzolandela izigodi kimi?

Gade chapit la Kopi




UJobe 39:10
10 Referans Kwoze  

Nina enihlala eLakhishi, bophelani ihhashi enqoleni, kube kunguqala kwesono sendodakazi yaseZiyoni, ngokuba iziphambeko zika-Israyeli zitholakale kuwe.


Kwaphambana imivimbo emhlane wami, kwangathi yimisele edatshulwe ngabalimi ensimini.


Ungadlala yini nayo njengenyoni, uyibophe ngomchilo ukuze amantombazane akho adlale nayo na?


Iyawuhleka umsindo ovela emzini, ayikuzwa ukumemeza komshayeli.


“Ngubani ovumele imbongolo yasendle ukuba ihambe? Ngubani owathukulula izibopho zayo,


kwafika isigijimi kuJobe, sathi: “Izinkabi bezilima, izimbongolo ziklabe eduze nazo,


UNkulunkulu owabakhipha eGibhithe; unjengezimpondo zenyathi kubo.


“Inyathi ingavuma yini ukukusebenzela, ihlale ebusuku emkhombeni wakho na?


Ungayethemba yini, ngoba amandla ayo emakhulu, ushiye umshikashika wakho kuyo na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite