Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 38:7 - IsiZulu 2020

7 lapho izinkanyezi zokusa zihlabelela kanyekanye, nawo wonke amadodana kaNkulunkulu ejabula na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 lapho izinkanyezi zokusa zahlabelela kanyekanye, nawo onke amadodana kaNkulunkulu ajabula, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lapho izinkanyezi zokusa zahlabelela kanyekanye, futhi wonke amadodana kaNkulunkulu ajabula?

Gade chapit la Kopi




UJobe 38:7
9 Referans Kwoze  

Ngase ngibona, futhi ngezwa izwi lezingelosi eziningi zihaqe isihlalo sobukhosi, izidalwa, namalunga, inani lezingelosi kwakuyizigidi nezinkulungwane zezinkulungwane,


Langa limbe, amadodana kaNkulunkulu eza azibonakalisa phambi kukaSimakade, noSathane wafika waba mdibi munye nawo.


“Mina Jesu, ngiyithumile ingelosi yami ukuba ifakaze kini ngalezi zinto emabandleni. Ngiyimpande nowolibo lukaDavide, inkanyezi yokusa ecwebezelayo.”


Njengalokhu nami ngamukele kuBaba; ngiyakumnika futhi indonsa.


wenza umoya ube yizithunywa zakhe, izikhonzi zakhe zibe yilangabi lomlilo.


Ngelinye ilanga kwafika amadodana kaNkulunkulu, azibonakalisa phambi kukaSimakade; noSathane wafika wema kanye nawo phambi kukaSimakade.


“Ungubani-ke wena ntaba enkulu na? Phambi kukaZerubhabhele uyakuba yithafa. Uyakukhipha itshe eliyinhloko ngokumemeza athi: ‘Umusa, umusa, mawube kulo!’ ”


UNkulunkulu wenza izikhanyisi ezinkulu ezimbili, isikhanyisi esikhulu ukubusa emini, nesikhanyisi esincane ukubusa ebusuku, nezinkanyezi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite