Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 38:41 - IsiZulu 2020

41 Ngubani olungisela igwababa ukudla kwalo, lapho amaphuphu alo ekhala kuNkulunkulu, ezulazula, ngenxa yokweswela ukudla na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Ngubani olungisela igwababa ukudla kwalo, lapho amaphuphu alo ekhala kuNkulunkulu, ezulazula ngokuswela ukudla, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Ngubani onika igwababa ukudla kwalo? lapho abancane bakhe bekhala kuNkulunkulu, bayazulazula ngokuswela ukudla.

Gade chapit la Kopi




UJobe 38:41
5 Referans Kwoze  

Ake nibheke nje amagwababa; awalimi, awavuni, futhi awanazilulu nazinqolobane, kepha uNkulunkulu uyawondla. Kakhulu kangakanani-ke nina eniyigugu ukwedlula izinyoni!


Bhekani izinyoni zezulu ukuthi azihlwanyeli, azivuni, azibekeleli ezinqolobaneni, nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Nina anizidluli yini kakhulu na?


Unika izinkomo ukudla kwazo, namazinyane egwababa akhalayo.


Zithathele lonke uhlobo lokudla ukulondoloze, ukuze kube ngukudla kwenu nokwazo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite