Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 38:15 - IsiZulu 2020

15 Ukukhanya kugodliwe ezikhohlakalini, kwaqedwa nobudlova bazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ababi sebenqatshelwe ukukhanya kwabo, nengalo ephakemeyo yaphuliwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ababi bagodliwe ukukhanya kwabo, nengalo ephakemeyo iyakwaphulwa.

Gade chapit la Kopi




UJobe 38:15
17 Referans Kwoze  

Nqamula imisipha yengalo yesonakali, ujezise ababi ngenkohlakalo yabo, iphele ingabe isaphushwa nakuphushwa!


Izingalo zababi zizophoqozwa, kodwa uSimakade uyabasimamisa abalungileyo.


Yebo, ukukhanya kwesikhohlakali kuyacishwa, nelangabi lomlilo waso aliyukukhanya.


Indlela yezikhohlakali injengobumnyama; abazi nokuthi bakhutshwa yini.


Ngakho-ke isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: ‘Uyabona-ke, ngimelene noFaro, inkosi yaseGibhithe; ngiyakuzephula izingalo zakhe, eqinileyo neyephukileyo, ngenze ukuba inkemba iwe esandleni sakhe.


Siyakuxoshwa ekukhanyeni, siyiswe ebumnyameni, sixoshwe emhlabeni.


Bahlangabezana nobumnyama emini kwabha, baphuphutheke emini, kube sengathi kusebusuku.


Mnikeni uSimakade uNkulunkulu wenu udumo, engakabulethi ubumnyama, zingakakhubeki izinyawo zenu ezintabeni zokuhwalala, niyokuthi nisabheke ukukhanya akuphendule ithunzi lokufa, akwenze kube yisigayegaye sobumnyama.


Behlela kuye, u-Elisha wakhuleka kuSimakade, wathi: “Mawusishaye ngobumpumputhe lesi sizwe.” Wasishaya ngobumpumputhe njengokwezwi lika-Elisha.


“ ‘Kodwa noma ngubani owona ngehloso noma ngabe ungowengabadi noma ngumfokazi, ahlambalaze uSimakade, uyonqunywa kubantu bakubo,


Kepha abantulayo uyabasindisa enkembeni yemilomo yabo, nasesandleni sonamandla.


uma kunjalo ihlombe lami malihleshulwe esiphangeni, nengalo yami yephulwe enkothweni yayo.


Uguquka njengobumba lophawu lokusicilela, ludayiwe njengesembatho.


“Kukhona abamelene nokukhanya, abangazibandakanyi nezindlela zakho, abanganamatheli emikhondweni yakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite