Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 37:15 - IsiZulu 2020

15 Uyazi yini ukuthi uNkulunkulu uwashayela kanjani umthetho, enze unyazi lwakhe lubanize emafini na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Uyazi yini ukuthi uNkulunkulu uwayala kanjani, enze ukuba unyazi lwamafu akhe lukhanye na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Uyazi yini ukuthi uNkulunkulu wazibeka nini eceleni futhi wenza ukukhanya kwefu lakhe kukhanye?

Gade chapit la Kopi




UJobe 37:15
9 Referans Kwoze  

Phakamiselani amehlo enu phezulu, nibone. Ngubani odale lezo zinto na? Nguye okhipha amaviyo azo, awabale; azibize zonke ngamagama. Ngokuba unamandla amakhulu nezikhwepha zakhe zinkulu, yingakho kungasilele neyodwa.


Yebo, ugcwalisa amafu ngomswakama, awendlale amafu onyazi lwakhe,


Ngubani owambeka phezu komhlaba na? Ngubani owamisa izwe lonke na?


“Beka indlebe kulokhu, Jobe, uthule du, uzindle ngezimangaliso zikaNkulunkulu.


Uyazi yini ukuthi amafu endlaleke kanjani, umsebenzi omangalisayo walowo Ophelele olwazini,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite