Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 36:32 - IsiZulu 2020

32 Usibekela izandla zakhe ngombani, awuyale ukuba ushaye inkololo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Uyasibekela izandla zakhe ngokukhanya, akuyale ukuba kushaye isigcibisholo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Wembesa ukukhanya ngamafu; futhi iyala ukuthi ingakhanyi phakathi kwefu elingenelelayo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 36:32
12 Referans Kwoze  

Kwaphela izinsuku eziningi ilanga nezinkanyezi kungasabonakali.


nawe mlilo nesichotho, liqhwa nenkwezane, nawe siphepho esenza okwezwi lakhe,


Ukhuphula izinkungu emikhawulweni yomhlaba, enze imibani ibe yimvula, akhiphe umoya ezinqabeni zakhe.


Uzisonge ngobumnyama, wazemboza ngemvula yamafu amnyama bhuqe!


Uyazi yini ukuthi uNkulunkulu uwashayela kanjani umthetho, enze unyazi lwakhe lubanize emafini na?


ayazungeza, ajikeleze njengalokhu ewaqondisa, ukuze akufeze konke awayale khona ebusweni bomhlaba,


Usibekela ubuso besihlalo sakhe sobukhosi, aneke ifu lakhe phezu kwaso.


Yebo, ugcwalisa amafu ngomswakama, awendlale amafu onyazi lwakhe,


Ungayithuma yini imibani ukuba ihambe, bese ithi kuwe: ‘Bheka, silapha’ na?


Ngenkathi Wena, Simakade, uzithethisa, lapho uzifutha ngamakhala akho, umphefumulo wakho uziqumbe phansi. Izinzulu zolwandle zavela obala, nezisekelo zomhlaba zaba kwabha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite