Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 36:19 - IsiZulu 2020

19 Ukuceba kwakho, nayo yonke imizamo yezikhwepha zakho, kungakusiza yini ukuba ungabi sosizini na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ukukhala kwakho kungakusiza ukuba ungahlali osizini, nazo zonke izikhwepha zamandla akho, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Iyakunaka ingcebo yakho na? qha, hhayi igolide, noma wonke amandla.

Gade chapit la Kopi




UJobe 36:19
13 Referans Kwoze  

Ingcebo ayisizi ngosuku lolaka, kodwa ukulunga kuyahlenga ekufeni.


Impela omubi akayukuyekwa angajeziswa, kodwa isizukulwane sabalungileyo siyakuhlengwa.


Igolide lenu nesiliva kugqwalile, nokugqwala kwakho kuzakuba ngubufakazi obumelene nani, kuyakudla inyama yenu njengomlilo. Niqongelele ingcebo ngezinsuku zokugcina.


Noma ngabe yisiliva labo noma yigolide labo akuyukuba namandla okubahlenga ngosuku lolaka lukaSimakade. Umhlaba wonke uyakungqongqiswa ngumlilo womhawu wakhe, ngokuba uyakuqeda nya, impela abaqothule ngokuphazima kweso bonke abakhileyo emhlabeni.”


Ingelosi kaSimakade yaphuma yabulala enkanjini yabase-Asiriya abayizi-185 000. Kuvukwa ngakusasa, babona ukuthi bonke babefile kuyizigingqane zezidumbu.


Ngalolo lusuku abantu bayozilahla ezimvukuzaneni nasemalulwaneni, izithombe zabo zesiliva nezithombe zabo zegolide, abazenzele zona ukuba bazikhonze.


Ingcebo yenkohlakalo ayisizi ngalutho, kodwa ukuziphatha ngokulunga kukhulula ekufeni.


“UNkulunkulu akayukulunqanda ulaka lwakhe; bayakhothama abasizi bakaRahabi phansi kwakhe.


Bayafa ngokuphazima kweso, phakathi kwamabili abantu bayathuthumela, banyamalale, amaqhawe ayasuswa, kepha hhayi ngesandla somuntu.


Qaphela ingcebo, ingakuyengi, ungachezukiswa ngubukhulu bokufunjathiswayo.


Ungabulangazaleli ubusuku lapho abantu bebhujiswa ezindaweni zabo.


Impela umuntu angemhlenge umfowabo, noma amhlawulele kuNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite