Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 36:15 - IsiZulu 2020

15 Ukhulula ompofu ngobuphofu bakhe, avule indlebe yabo ngokuhlupheka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ukhulula ompofu ngobumpofu bakhe, avule indlebe yabo ngokuhlupheka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Uyabasindisa abampofu osizini, avule izindlebe zabo ekuhluphekeni.

Gade chapit la Kopi




UJobe 36:15
10 Referans Kwoze  

Uyazivula izindlebe zabo ukuze zizwe ukuyalwa, abayale ukuba baphenduke eziphambekweni zabo.


Nokho bazokuba yizinceku zakhe ukuze bazi umsebenzi wami nomsebenzi wemibuso yezizwe.”


Kepha abantulayo uyabasindisa enkembeni yemilomo yabo, nasesandleni sonamandla.


“Uyadela lowo muntu uNkulunkulu amsolayo, ngakho-ke ungakwedeleli ukuqondisa kukaSomandla.


Incane yini kuwe induduzo kaNkulunkulu, nezwi elikhulunywa kahle kuwe na?


khona uyazivula izindlebe zabantu, abethuse ngezexwayiso zakhe,


Uma beboshwa ngamaketango, babanjwe yizintambo zokuhlupheka,


Qaphela, ungaphendukeli ebubini, ngokuba ngalokho uyobe uzikhethele usizi.


Ngokuba iyakukhulula ompofu ozikhalela kuyo, nohluphekayo ongenamsizi.


Kepha owentulayo, wamtakula osizini, imindeni yabo wayenza yaba njengomhlambi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite