UJobe 35:8 - IsiZulu 20208 Ukukhohlakala kwakho kuthinta abanye abantu abafana nawe, kanjalo nokulunga kwakho kuthinta abanye abantu. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Ububi bakho buqondene nomuntu onjengawe, nokulunga kwakho kuthintana nendodana yomuntu. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20248 Ububi bakho bungalimaza onjengawe; nokulunga kwakho kungayizuzisa indodana yomuntu. Gade chapit la |
Ngakho-ke zithatheleni izinkunzi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa, niye nakho encekwini yami uJobe, nikunikele kube ngumnikelo wenu wokushiswa. UJobe, inceku yami, uyonikhulekela, ngoba ngiyakuwulalela umkhuleko wakhe, angiyukwenza kini njengobuwula benu, ngokuba anikhulumanga iqiniso ngami, njengenceku yami uJobe.”