Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 35:7 - IsiZulu 2020

7 Uma ulungile, utholani yena ngalokho, uzuzani esandleni sakho na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Uma ulungile, umnikani yena, noma umukelani esandleni sakho na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uma ulungile, umnikani na? noma wamukelani esandleni sakho na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 35:7
7 Referans Kwoze  

Noma-ke: “Ngubani owaqala ukuyipha ukuze kubuyiselwe kuye na?”


Kanjalo nani, uma senikwenzile konke enikuyalelweyo, anothi: ‘Asizinceku zalutho, ngokuba sikwenzile lokho obekufanele ukuba sikwenze.’ ”


Uma uhlakaniphile, uzihlakaniphele; uma wedelela, uyakukuthwala wena wedwa.”


Ngithi kuSimakade: “Wena uyiNkosi yami; akukho buhle kimi ngaphandle kwakho.”


“Ngokuba ngingubani mina, nabantu bami bayini ukuba sibe namandla okunikela kangaka na? Ngokuba konke kuvela kuwe, thina-ke sikunika okuvela esandleni sakho.


Ukukhohlakala kwakho kuthinta abanye abantu abafana nawe, kanjalo nokulunga kwakho kuthinta abanye abantu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite