Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 34:20 - IsiZulu 2020

20 Bayafa ngokuphazima kweso, phakathi kwamabili abantu bayathuthumela, banyamalale, amaqhawe ayasuswa, kepha hhayi ngesandla somuntu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Bayafa ngokuphazima kweso; phakathi kwamabili abantu bayathuthumela, banyamalale; amaqhawe ayasuswa, kepha kungengasandla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Bazofa ngokuphazima kweso, futhi abantu bayothuthumela phakathi kobusuku futhi badlule, futhi amaqhawe ayothathwa ngaphandle kwesandla.

Gade chapit la Kopi




UJobe 34:20
25 Referans Kwoze  

futhi ngenxa yobugovu babo, bayakunihlukumeza ngamazwi obuqili. Ukulahlwa kwabo okwamenyezelwa kusukela emandulo akulibali, nokubhujiswa kwabo akozeli.


ngokuba nina luqobo niyazi ukuthi usuku lweNkosi luza njengesela ebusuku.


Kepha ingelosi yeNkosi yamshaya khona lapho, ngokuba engamnikanga uNkulunkulu udumo; wadliwa yizimpethu, wafa.


“Kepha uNkulunkulu wathi kuye: ‘Siwula ndini, ngalobu busuku umphefumulo wakho uzakuthathwa kuwe. Pho-ke ziyakuba ngezikabani lezi zinto ozilungisileyo na?’


Ngalobo busuku uBhelishazari inkosi yamaKhaledi wabulawa.


Wawusubona ukuthi kwaqheshulwa itshe kungengazandla, lashaya isithombe ezinyaweni zaso eziyinsimbi nebumba, lazichoboza.


Kwathi esakhuleka endlini kaNishirokhi, unkulunkulu wakhe, amadodana akhe, o-Adiramelekhi noSarezeri, bambulala ngenkemba, base bebalekela e-Ararathi. U-Esarihadoni, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ingelosi kaSimakade yaphuma yabulala enkanjini yabase-Asiriya abayizi-185 000. Kuvukwa ngakusasa, babona ukuthi bonke babefile kuyizigingqane zezidumbu.


ngalokho lobu bubi buyofana nomfantu ovulekile obondeni oluphakemeyo, osekuseduze lubhidlike, oluyowa ngokuphazima kweso, kungalindele muntu.


Maye, bachithwa ngokuphazima kweso! Bafa, babhubha benovalo.


Ungabulangazaleli ubusuku lapho abantu bebhujiswa ezindaweni zabo.


Ugodukisa abaphristi bengenalutho, athele phansi othulini izikhulu.


UDavide wathi: “Ngifunga ngiyagomela, uSimakade uyakumshaya, noma afikelwe wusuku lokufa, ehlele empini, abhubhe.


“Kwathi phakathi kwamabili, kwamenyezwa kwathiwa: ‘nangu umyeni eza; phumani nimhlangabeze!’


Yayisithi kimi: “Lokhu yizwi likaSimakade eliqondiswe kuZerubhabhele elithi: ‘Kungabi ngempi, kungabi ngamandla, kodwa kube ngoMoya wami kuphela,’ kusho uSimakade Wamabandla.


Uvalo luyakumgabha njengesikhukhula, ebusuku, isishingishane simphephule.


Ngalokho uyayazi imisebenzi yabo, uyabaqumba phansi ebusuku, baphahlazwe.


Ngokuhlakanipha kwayo iyakuphumelelisa inkohliso esandleni sayo, izikhulise enhliziyweni yayo, ichithe abaningi ekuthuleni; iyakumelana nesikhulu sezikhulu, ichotshozwe kungengasandla.


nguyena owenza izikhulu zibe yinto engelutho, abehluleli babe yize.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite