UJobe 31:19 - IsiZulu 202019 uma ngibona obhubhayo ngenxa yokweswela isembatho, noma ontulayo engenakho okokwembatha, Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE19 uma ngibone obhubhile ngokuswela isambatho, kungekho okokuzimboza kompofu; Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202419 Uma ngibona umuntu ebhubha ngokuswela ingubo, noma omunye ompofu engenalutho; Gade chapit la |
Amadoda aqokiweyo abizwa ngamagama, asukuma, abathatha abathunjwa nabo bonke ababehlutshulwe behamba ze, abembathisa ngezimpahla ezaziyimpango, abafaka izicathulo, abapha ukudla, abaphuzisa, abagcoba, abakhweza ezimbongolweni bonke ababebuthakathaka, abayisa kubafowabo eJerikho, umuzi wamasundu; ayesebuyela eSamariya.