Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 31:15 - IsiZulu 2020

15 Yena owangibumba esiswini, akusiye yini owabenza nabo na? Akamunye yini owasibumba esizalweni na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Owangenza mina esiswini, wabenza nabo; owasibumba esizalweni munye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Owangenza esiswini akamenzanga na? futhi akasibumbanga namunye esiswini sikanina?

Gade chapit la Kopi




UJobe 31:15
12 Referans Kwoze  

Ocindezela ompofu usola uMenzi wakhe, kodwa onomusa kontulayo uhlonipha uMenzi wakhe.


Abacebile nabampofu bayefana; bonke benziwe nguSimakade.


ongakhethi buso bezikhulu, onganaki ocebileyo kunompofu na? Ngokuba bonke bangumsebenzi wezandla zakhe.


“Kanti asinaBaba munye yini thina sonke na? Akamunye yini uNkulunkulu owasidalayo na? Pho sikhohlisanelani omunye nomunye, sihlambalaze isivumelwano sokhokho na?


Akusikho yini ukwabelana nabalambileyo isinkwa sakho, ukungenisa abampofu nemihambima ekhaya lakho, lapho ubona ohambaze umembathise, nokungazifihli ezihlotsheni zakho na?


Kuhle yini kuwe ukuba ucindezele, ulahle umsebenzi wezandla zakho, uphumelelise icebo lezikhohlakali na?


Siyafana nabafowethu, nezingane zethu ziyafana nezabo, kodwa siphoqa amadodana ethu namadodakazi ethu ukuba abe yizigqila; asinamandla, amasimu ethu nezivini zethu manje sekungokwabanye.”


‘Umuntu angalunga yini kunoNkulunkulu na? Umuntu uhlambulukile yini kunoMenzi wakhe na?


ngiyokwenzenjani lapho uNkulunkulu esukuma na? Lapho engiphenya, ngiyophendula ngithini na?


Ngenziwe yizandla zakho, zangibumba, ngiphe umqondo ukuze ngifunde imiyalo yakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite