Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 30:16 - IsiZulu 2020

16 “Manje umphefumulo wami uyalila ngaphakathi kwami, izinsuku zosizi zingibambile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Manje umphefumulo wami uthululiwe phakathi kwami; izinsuku zosizi zingibambile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Manje umphefumulo wami uthululiwe phezu kwami; izinsuku zosizi zingibambile.

Gade chapit la Kopi




UJobe 30:16
8 Referans Kwoze  

Ngiyakukhumbula lokhu, ngithulule umphefumulo wami phakathi kwami, njengalokhu ngangihamba esixukwini ngiya naso endlini kaNkulunkulu ngenhlokomo yokwethaba nokubonga, ibandla ligubha umkhosi.


Ngichithiwe njengamanzi; kuxega wonke amalungu ami. Inhliziyo yami incibilika njengengcina ezibilini zami.


Ngalokho ngiyakuyabela indawo nabakhulu, iyakuhlukanisa impango nabanamandla, ngokuba yawuthulula umphefumulo wayo ekufeni, yabalwa kanye nezelelesi; nokho yathwala izono zabaningi, yakhulekela aboni.


Ngokuba izinhlupheko ezingenakubalwa zingihaqile, iziphambeko zami zingificile, angikwazi ukubona, ziningi ukwedlula izinwele ekhanda lami, inhliziyo yami isiphelelwe yithemba.


Ukugquma kimi sekufana nokudla, nokububula kwami kuphophoza njengamanzi.


UHana waphendula wathi: “Hhayi, nkosi, ngingowesifazane ohluphekileyo; angiphuzanga wayini naphuzo olunamandla, kodwa bengithulula umphefumulo wami phambi kukaSimakade.


Zikhalela onina, zifuna isinkwa newayini, lapho ziquleka njengabalimele kakhulu, emigwaqweni yomuzi; imiphefumulo yazo iphumela ezifubeni zonina.


Umlomo wami wome njengodengezi, ulimi lunamathele olwangeni; ungilalise othulini lokufa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite