Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 3:8 - IsiZulu 2020

8 Mabaluqalekise labo abaqalekisa usuku, labo abalungele ukuvusa uLeviyathani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Mababuqalekise abathuka amalanga, abalungele ukuvusa uLeviyathani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Mabaqalekise oqalekisa usuku, olungele ukuvuka ukulila kwabo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 3:8
11 Referans Kwoze  

“Ungayidoba yini inkanyamba ngodobo, noma ubophe ulimi lwayo ngentambo na?


Akekho onesibindi sokuba angayivusa. Pho ngubani ongema phambi kwayo na?


Bafika-ke endlini yomphathi wesinagoge. UJesu wabona isiyaluyalu; abakhalayo, nababelila kakhulu.


‘Sinishayele imitshingo, kodwa anisinanga; sahlabelela ingoma yesililo, kodwa anililanga.’


Ngakho-ke usho kanje uSimakade uNkulunkulu Wamabandla, iNkosi, uthi: “Kuyakulilwa kuzo zonke izigcawu, nakuyo yonke imigwaqo, kuthiwe: ‘Maye! Maye!’ Bayakubiza umlimi ukuba akhale, nongoti bokukhihla isililo.


Uma ivuka, abanamandla bangenwa yitwetwe ngenxa yevuso, baphela amandla.


UJeremiya wamlilela uJosiya. Bonke abahlabeleli besilisa nabesifazane bayakhuluma ngoJosiya ekulileni kwabo kuze kube namuhla. Bakwenza kwaba yisimiso kwa-Israyeli; bheka, kulotshiwe ezililweni.


Yebo, lobo busuku mabube yinyumba, kungezwakali msindo wenjabulo kubo.


Izinkanyezi zokuhwelela kobusuku maziphenduke ubumnyama, mabulindele ukukhanya kodwa kungabi bikho, mabungakuboni ukuntwela kokusa,


Ngalolo lusuku uSimakade uyojezisa uLeviyathani ngenkemba yakhe enonya, elukhuni nemandla. ULeviyathani yinkanyamba esheshayo, futhi ethandelayo, uyobulala nenkanyamba yasolwandle ehlala khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite