Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 3:7 - IsiZulu 2020

7 Yebo, lobo busuku mabube yinyumba, kungezwakali msindo wenjabulo kubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Bheka, lobo busuku mabungabi nalutho, kungangeni ukujabula kubo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bheka, lobo busuku mabube bodwa, makungangeni kubo izwi lokujabula.

Gade chapit la Kopi




UJobe 3:7
6 Referans Kwoze  

Emizini yakwaJuda nasemigwaqweni eJerusalema ngiyakuwuthulisa umsindo wokujabula nowokuthokoza, nezwi lomyeni nelikamakoti, ngokuba izwe liyakuba yincithakalo.’ ”


Ukuzijabulisa ngokhehlegume akusekho, ukuxokozela kwabajabulayo kuphelile, nenjabulo yehabhu inqamukile.


Lobo busuku mabubanjwe yisigayegaye sobumnyama, bungathokozi phakathi kwezinsuku zonyaka, lungabalwa phakathi kwezinsuku zenyanga.


Mabaluqalekise labo abaqalekisa usuku, labo abalungele ukuvusa uLeviyathani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite