Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 3:25 - IsiZulu 2020

25 Ngehlelwa yilokho engikwesabayo, nalokho enginovalo ngakho kuyangehlela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 ngokuba engikwesabayo sekuyangifikela, nenginovalo ngakho sekuyangehlela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ngokuba into ebengesaba kakhulu ingifikele, nalokho ebengikwesaba sekufike kimi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 3:25
6 Referans Kwoze  

Kwakuthi lapho sezedlule izinsuku zedili, uJobe athumele awangcwelise. Wayevuka ekuseni, anikele ngeminikelo yokushiswa ngokwenani lawo, ethi: “Hleze izingane zami zonile, zamqalekisa uNkulunkulu ezinhliziyweni zazo.” Wenza kanjalo uJobe zonke izinsuku.


Ngikhungethwe yingebhe; udumo lwami luxoshwa sengathi lupheshulwa ngumoya, impumelelo yami inyamalele njengefu.


Ngokuba ngiyayesaba inhlekelele eyehliswa nguNkulunkulu; anginakwenza lutho ngenxa yobukhulu bakhe.


nokho ngiyabesaba bonke ubuhlungu bami, ngiyazi awuyukungithatha njengongenacala.


Lapho ngilindele okuhle, kwafika okubi, ngalindela ukukhanya, kwafika ubumnyama.


Niyesabile inkemba, kodwa ngizonehlisela yona, kusho iNkosi uSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite