Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 3:17 - IsiZulu 2020

17 Lapho izikhohlakali zingasakwazi ukuhlupha, nalapho abakhathele besekuphumuleni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Lapho amashinga ayekile ukudlova; lapho baphumule abaphelile amandla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Lapho ababi bayekela ukukhathazeka; nalapho abakhatheleyo bayaphumula.

Gade chapit la Kopi




UJobe 3:17
16 Referans Kwoze  

Ngase ngizwa izwi livela ezulwini, lithi: “Loba ukuthi: babusisiwe abafileyo abafele eNkosini, kusukela manje.” “Yebo,” kusho uMoya, “ukuze baphumule emisebenzini yabo, ngokuba imisebenzi yabo iyabalandela.”


Ngabe liyokwehlela ezinsikeni zendawo yabafileyo, sehle kanyekanye, siyophumula othulini na?”


Ngakho-ke masikukhuthalele ukungena kulokho kuphumula, ukuze kungawi muntu ngenxa yokulandela isibonelo sokungalaleli.


Ngakho-ke likhona iSabatha kubantu bakaNkulunkulu.


Sengathi ungangifihla endaweni yabafileyo, ungisithe kuze kudlule intukuthelo yakho, unginqumele isikhathi, ungikhumbule.


“Kepha ngithi kini, bangani bami: ningabesabi ababulala umzimba, bengenakwenza lutho okunye emva kwalokho.


Ningabesabi ababulala umzimba bengenamandla okubulala umphefumulo, kepha kakhulu mesabeni onamandla okubhubhisa umphefumulo nomzimba esihogweni.


Ngokuba leyo ndoda elungileyo, eyayihlala phakathi kwabangalungile, nsuku zonke yadatshukiswa ukuzwa nokubona izenzo zabo ezimbi zokungamesabi uNkulunkulu.


USimakade uzonikela u-Israyeli nawe esandleni samaFilisti. Kusasa wena namadodana akho, nizokuba nami; uSimakade uzokunikela nempi yabakwa-Israyeli esandleni samaFilisti.”


noma kungani ngingagcwatshwanga njengokuphuphumileyo nanjengombungu ongalibonanga ilanga?


Lapho iziboshwa zicanasa khona ndawonye, nezwi labacindezelayo zingasalizwa.


Ngacabanga ukuthi asebefile bangcono kunalabo abasaphila;


Kubo uthando nenzondo nomona sekuphelile, abasenaso isabelo nanini kukho konke okwenziwa phansi komthunzi welanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite