Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 29:6 - IsiZulu 2020

6 lapho izinyathelo zami zazigezwa ezaqheqheni, nedwala elaliseduze kwami lalingithelela imifula yamafutha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 lapho izinyathelo zami zagezwa ngamangqanga, nedwala elalingakimi langithelela imifula yamafutha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Lapho ngigeza izinyathelo zami ngebhotela, nedwala langithululela imifula yamafutha;

Gade chapit la Kopi




UJobe 29:6
7 Referans Kwoze  

Ngizonondla ngokusanhlamvu kwekhethelo, yebo, nginisuthise ngoju oluvela edwaleni.”


Akayukuyibuka imifula nemifudlana egeleza uju nezaqheqhe.


“Ngo-Asheri wathi: ‘Ubusisiwe u-Asheri ngaphezu kwabafowabo, makafumane umusa kubafowabo, unyawo lwakhe alucwilise emafutheni.


Ubophela ithole lembongolo yakhe emvinini, nethole lembongolo emvinini wekhethelo. Uhlanza izingubo zakhe ewayinini, nezambatho zakhe ngegazi lezithelo zomvini.


lapho uSomandla esenami, nabantwana bami besangizungezile,


Wahlotshiswa ngegolide nangesiliva, isembatho sakho sasiyilineni elicolekileyo, usilika, nengubo efekethisiweyo. Wadla impuphu ecolisekileyo, uju, namafutha. Impela wawumuhle kakhulu, waphumelela, waze waba yindlovukazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite