Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 28:24 - IsiZulu 2020

24 Ngokuba nguye owabeka imikhawulo yomhlaba, ubona konke okuphansi kwezulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Ngokuba uyabeka imikhawulo yomhlaba, abone konke okuphansi kwezulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngokuba ubheka emikhawulweni yomhlaba, abone phansi kwalo lonke izulu;

Gade chapit la Kopi




UJobe 28:24
15 Referans Kwoze  

Amehlo kaSimakade asezindaweni zonke, aqapha abahle nababi.


Ngokuba ngubani oyakudelela usuku lwezinto ezincane na? Bayakuthokoza, babone itshe lomthofu esandleni sikaZerubhabhele. Amehlo ayikhombisa kaSimakade abheke umhlaba wonke.”


Ngabona phakathi kwesihlalo sobukhosi nezidalwa ezine naphakathi kwamalunga kumi iMvana kungathi ihlatshiwe, inezimpondo eziyisikhombisa namehlo ayisikhombisa angoMoya abayisikhombisa bakaNkulunkulu abathunyelwe emhlabeni wonke.


Amehlo kaSimakade abona emhlabeni wonke ukuqinisa labo abanhliziyo yabo iphelele kuye. Wenze ubuwula kule nto, ngokuba kusukela manje sekuzohlala kunokulwa.”


Unawo yini amehlo enyama na? Uyabona yini njengabantu na?


Ngokuba uyabazi abantu bamanga, lapho ebona inkohlakalo, akayukuyinaka yini na?


Ngabe akaziboni yini izindlela zami, azibale zonke izinyathelo zami na?


Ukuthumela phansi kwezulu lonke, unyazi lwakhe luye emagumbini omhlaba.


ukuze ibambe amagumbi omhlaba, izikhohlakali zivuthululwe kuwo na?


Uyabuqonda yini ububanzi bomhlaba na? Yisho uma ukwazi konke lokho.


Ngubani ongayisukela, qede aphephe na? Konke okuphansi kwezulu kungokwami.


USimakade usethempelini lakhe elingcwele. Isihlalo sakho Simakade sisezulwini. Amehlo akho ayabona, ukubheka kwakho kuyabahlolisisa abantwana babantu.


Ubusa ngamandla akhe kuze kube phakade. Amehlo akhe aqaphe izizwe, abanenkani bangaziphakamisi.


ozithobayo, abone ezulwini nasemhlabeni na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite