Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 27:4 - IsiZulu 2020

4 izindebe zami aziyukuyikhuluma inkohlakalo, nolimi lwami aluyukuyikhipha inkohliso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 izindebe zami aziyikukhuluma okubi, nolimi lwami aluyikukhipha inkohliso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Izindebe zami aziyikukhuluma okubi, nolimi lwami aluyikukhuluma inkohliso.

Gade chapit la Kopi




UJobe 27:4
8 Referans Kwoze  

Niyokhuluma okubi yini ngoNkulunkulu, niyokhuluma inkohliso ngaye na?


Njengokuba iqiniso likaKhristu likimi, ukuzincoma kwami anginakuphucwa khona ezifundeni e-Akhaya.


Animazi, kodwa Mina ngiyamazi. Uma ngingathi angimazi, ngingaba ngumqambimanga njengani. Kepha ngiyamazi, ngigcina izwi lakhe.


Noma ngiqinisile kepha ngithathwa njengonamanga, inxeba lami alipholi, nakuba ngingenzanga siphambeko.’


Manje-ke, phendukani, ningibheke, ngokuba angisoze ngawaqamba amanga kini.


nakuba kungekho budlova ezandleni zami, nokukhuleka kwami kulungile.


“Uma kungenjalo ngubani ongakhombisa ukuthi ngingumqambimanga, awenze ize amazwi ami na?”


Amazwi ami aveza ubuqotho benhliziyo yami, lokho izindebe zami ezikwaziyo, zikukhuluma ngeqiniso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite