Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 27:21 - IsiZulu 2020

21 Umoya wasempumalanga uyakumphephulela phezulu, umphephule asuke endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Umoya wasempumalanga uyamthatha, amuke; uyambhengula endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Umoya wasempumalanga uyamthatha, amuke, njengesivunguvungu simdudula endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi




UJobe 27:21
14 Referans Kwoze  

Uyakunisa imvula yamalahle avuthayo nesibabule phezu kwababi, nomoya weshisandlu ube yisabelo sabo.


baxoshe kanjalo ngesivunguvungu sakho, ubethuse ngesiphepho sakho.


Amabhodwe enu engakakuzweli ukushisa kwezinkuni zameva, uyakuziphephula, noma ziluhlaza, noma zivutha.


Zifana nezibi phambi komoya, namakhoba epheshulwa yisiphepho.


Akasayukubuyela endlini yakhe, indawo yakhe ayisayukumazi.


Yafika imvula, kwafika izikhukhula nezivunguvungu zomoya; zayishaya leyo ndlu, yawa, kwaba kukhulu ukuwa kwayo!”


“Noma angaba yindodana enempumelelo kubafowabo, kuyakufika umoya wasempumalanga, umoya kaSimakade ovela ehlane; umthombo wakhe uyakuba namahloni, isiphethu sakhe sishe; uyakuphanga ingcebo yakhe, nazo zonke izinto eziyigugu.


Njengomoya wasempumalanga ngiyakubahlakaza phambi kwezitha zabo, ngibabonise umhlane, hhayi ubuso, ngosuku lwenhlekelele yabo.”


Siyakuxoshwa ekukhanyeni, siyiswe ebumnyameni, sixoshwe emhlabeni.


Uyakundiza njengephupho, angafunyanwa, axoshwe njengombono wasebusuku.


Ungiphakamisele emoyeni, wangikhweza kuwo, wangiphonsa le nale ngokuhlokoma kwesivunguvungu.


ngenxa yentukuthelo nolaka lwakho, ungiqukule wangilahla kude.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite